Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 15:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Amabutho ayesemngenisa phakathi endlini ethiwa iPretoriyu, abizela ndawonye ibutho lonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Amabutho ayesemhola, amngenisa endlini ethiwa iPhrethoriyu, aqoqela ndawonye lonke ibutho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Amasosha amyisa egcekeni elithiwa iPretorio; balibizela ndawonye iviyo lonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Amasosha amyisa egcekeni elithiwa iPretorio; balibizela ndawonye iviyo lonke.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 15:16
8 Referans Kwoze  

wabuye wangena enqabeni, wathi kuJesu: “Ungowaphi wena na?” Kepha uJesu kamphendulanga.


Base bekhipha uJesu kuKayafase, bemyisa endlini yokwahlulela; kwakusekuseni. Kepha bona kabangenanga enqabeni ukuba bangangcoli kodwa babe nokudla iphasika.


Khona kwabuthana abapristi abakhulu namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase.


Kwakukhona eKesariya indoda ethile egama layo linguKorneliyu, eyinduna yekhulu yebutho elithiwa elase-Italiya;


UPilatu wabuye wangena enqabeni, wabiza uJesu, wathi kuye: “Wena uyinkosi yabaJuda na?”


Ayesemembathisa ingubo ebubende, amcwashelisa ngomqhele ayeweluke ngameva.


Amabutho aluka umqhele wameva awufaka ekhanda lakhe, amembathisa ingubo ebubende;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite