Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 13:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Esahlezi eNtabeni Yeminqumo maqondana nethempeli, oPetru noJakobe noJohane no-Andreya bambuza bebodwa,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Esahlezi eNtabeni Yeminqumo, maqondana nethempeli, uPhethro, uJakobe, uJohane, no-Andreya bambuza ngasese,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Esahlezi eNtabeni Yeminqumo malungana nethempeli, oPetru, noJakobe, noJohane, no-Andreya bambuza ngasese.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Esahlezi eNtabeni Yeminqumo malungana nethempeli, oPetru, noJakobe, noJohane, no-Andreya bambuza ngasese.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 13:3
13 Referans Kwoze  

kodwa ngaphandle komfanekiso kakhulumanga kubo; kepha sebebodwa wabachasisela abafundi bakhe konke.


Kwathi ukuba basondele eJerusalema, sebefikile eBetfage ngaseNtabeni Yeminqumo, uJesu wathuma abafundi ababili,


Wathatha oPetru noJakobe noJohane, waqala ukuba novalo nosizi.


Kwase kusondela kuye oJakobe noJohane amadodana kaZebedewu, bathi kuye: “Mfundisi, siyathanda ukuba usenzele lokhu esizakukucela kuwe.”


Emva kwezinsuku eziyisithupha uJesu wathatha oPetru, noJakobe, noJohane, wakhuphukela nabo entabeni ende bebodwa; waphenduka esinye isimo phambi kwabo.


Akavumelanga muntu amlandele, kuphela oPetru, noJakobe, noJohane umfowabo kaJakobe.


Esahlezi eNtabeni Yeminqumo, abafundi beza kuye bebodwa, bathi: “Sitshele ukuthi lokhu kuyakuba nini, nesibonakaliso sokuza kwakho nesokuphela kwezwe siyakuba yini na?”


Emva kwezinsuku eziyisithupha uJesu wathatha oPetru, noJakobe, noJohane umfowabo, wakhuphukela nabo entabeni ende bebodwa.


Khona wazishiya izixuku, weza endlini. Basondela kuye abafundi bakhe, bathi: “Sichasisele umfanekiso wokhula ensimini.”


Kwase kufika abafundi bakhe, bathi kuye: “Ukhulumelani kubo ngemifanekiso na?”


bathi: “Sitshele ukuthi lokhu kuyakuba nini, nesibonakaliso siyakuba yini, lapho sekuyakufezeka konke lokhu, na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite