Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 13:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Khona-ke uma umuntu ethi kini: ‘Bhekani, nangu uKristu,’ noma: ‘Bhekani, nanguya,’ ningakholwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Uma umuntu mumbe ethi kini: ‘Bhekani, nangu uKhristu,’ noma athi: ‘Bhekani, nanguya,’ ningakholwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Khona uma umuntu ethi kini: Bhekani, nangu uKristu; noma, bheka, ukhona; ningamkholwa;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Khona uma umuntu ethi kini: Bhekani, nangu uKristu; noma, bheka, ukhona; ningamkholwa;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 13:21
8 Referans Kwoze  

Wathi: “Qaphelani ningadukiswa, ngokuba kuyakuza abaningi ngegama lami, bathi: ‘Nginguye;’ bathi futhi: ‘Isikhathi sesisondele;’ maningabalandeli.


Ngokuba kuyakuza abaningi ngegama lami, bathi: ‘Mina nginguKristu,’ badukise abaningi.


Ngize egameni likaBaba, aningamukeli; uma kuza omunye ngelakhe igama, niyakumamukela yena.


Uma iNkosi ibingazifinyezi lezo zinsuku, bekungesindiswe muntu, kepha ngenxa yabakhethiweyo eyabakhetha yazifinyeza lezo zinsuku.


Ngokuba kuyakuvela okristu bamanga nabaprofethi bamanga, benze izibonakaliso nezimangaliso, ukuze badukise abakhethiweyo, uma kungenzeka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite