Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 13:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kepha maye kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Kepha maye, kwabakhulelweyo nabancelisayo, ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kodwa maye kwabakhulelweyo nakwabamunyisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kodwa maye kwabakhulelweyo nakwabamunyisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 13:17
12 Referans Kwoze  

Ngokuba bhekani, kuyeza izinsuku abayakusho ngazo ukuthi: ‘Zibusisiwe izinyumba nezizalo ezingazalanga namabele angancelisanga.’


Izandla zabesifazane abahawukelayo zapheka izingane zabo; zazingukudla kwabo ngokuchithwa kwendodakazi yabantu bami.


Maye kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku! Ngokuba kuyakuba khona ukuhlupheka okukhulu emhlabeni nentukuthelo phezu kwalesi sizwe.


ISamariya liyakuthwala icala lalo, ngokuba lihlubukile uNkulunkulu walo; bayakuwa ngenkemba, izingane zabo zichotshozwe, abakhulelweyo babo baqaqwe.”


“Banike, Jehova uyakunikani? Banike isisu esiphuphumayo namabele omileyo.


bathi kuye: “Uyakuzwa lokhu abakushoyo laba na?” UJesu wathi kubo: “Yebo, anizange nifunde yini ukuthi: ‘Emlonyeni wezingane nowabancelayo uzilungisele indumiso,’ na?”


osensimini angabuyeli emuva ukuyothatha ingubo yakhe.


Khulekani ukuba kungabi sebusika.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite