Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 13:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 ophezu kwendlu angehli, angangeni ukuyothatha utho endlini yakhe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 kuthi ophezu kwendlu angabe esehla, ukuba angene athathe okuthile endlini yakhe,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Ophezu kwendlu kangehli aye endlini, futhi angangeni ukuze athathe utho endlini yakhe;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ophezu kwendlu kangehli aye endlini, futhi angangeni ukuze athathe utho endlini yakhe;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 13:15
13 Referans Kwoze  

Ngokukholwa uNowa exwayisiwe ngezinto ebezingakabonwa, esaba uNkulunkulu, wakha umkhumbi wokusindisa indlu yakhe, okungakho walahla izwe, waba yindlalifa yokulunga okuvela ngokukholwa.


Sebesuthi ukudla benza lula umkhumbi belahla ukolweni elwandle.


Qqondileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi badlula nje, bahlupheke ngakho.


USathane wamphendula uJehova, wathi: “Isikhumba ngesikhumba, yebo, konke umuntu anakho uyakunika ngokuphila kwakhe.


Kepha umkakhe wabheka emva kwakhe, waba yinsika kasawoti.


Kepha shesha ubalekele khona, ngokuba ngingenze lutho, ungakafiki khona.” Ngalokho umuzi wabizwa ngokuthi iSowari.*


osensimini angabuyeli emuva ukuyothatha ingubo yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite