Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 ngokuba bonke babeka kokuchichimileyo kwabo, kepha yena ebumpofini bakhe ubeke konke anakho, konke abephila ngakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 ngokuba bonke bacaphune kokuningi abanakho banikela, kodwa lo mfelokazi ekusweleni kwakhe, unikele ngakho konke anakho, konke abephila ngakho.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Ngokuba bonke baphonse kokuchichima kwabo; kepha yena ekusweleni kwakhe ubeke konke abenakho, konke abeziphilisa ngakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Ngokuba bonke baphonse kokuchichima kwabo; kepha yena ekusweleni kwakhe ubeke konke abenakho, konke abeziphilisa ngakho.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:44
16 Referans Kwoze  

Kepha yena onemfuyo yezwe, ebona umzalwane wakhe eswele, amvalele isihawu sakhe, uthando lukaNkulunkulu lungahlala kanjani kuye na?


Wenzile abengakwenza; wandulele ukuwugcobela umzimba wami ukumbelwa.


“Akuyikubakho muntu oyakuthatha itshe lokugaya noma imbokodwe kube yisibambiso, ngokuba yena uthatha konke okuphilwa ngakho kube yisibambiso.


kodwa kuthe ukuba ifike leyo ndodana yakho eqede imfuyo yakho nezifebe, wayihlabisa ithole elikhuluphalisiweyo.’


Encane yawo yayisithi kuyise: ‘Baba, nginike isabelo sefa esiqondene nami;’ wawahlukanisela impahla.


Owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, esekhokhele izinyanga konke abephila ngakho, engenakuphulukiswa muntu,


Wayesebabiza abafundi bakhe, wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubekile kakhulu kunabo bonke ababeke emphongolweni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite