Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:42 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Kwase kufika umfelokazi ompofu wabeka amafadingi* amabili okuyisitebela.*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 Kepha kwafika umfelokazi ompofu wanikela ngamafadingi amabili, okuyisitebela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

42 Kwase kufika umfelokazi othile ompofu, waphonsa amafadingi amabili okuyidenariyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Kwase kufika umfelokazi othile ompofu, waphonsa amafadingi amabili okuyidenariyo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:42
9 Referans Kwoze  

Ngiqinisile ngithi kuwe: Kawusoze waphuma khona, uze ukhiphe ifadingi* lokugcina.


Wayesehlala phansi maqondana nomphongolo womnikelo, wabuka isixuku sibeka umnikelo emphongolweni. Abaningi abacebileyo babeka kakhulu.


Wayesebabiza abafundi bakhe, wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubekile kakhulu kunabo bonke ababeke emphongolweni,


Ngithi kuwe: Awusoze waphuma khona, uze ukhokhe ifadingi* lokuphela.”


Wabona nomfelokazi othile ompofu ebeka khona amafadingi* amabili;


Sengathi nga unjengomfowethu owancela amabele kamame! Uma bengikufumana phandle, bengiyakukwanga ngingadelelwa muntu.


Yilowo nalowo oyakuphuzisa abe munye kulaba abancinyane, ngisho inkezo eyodwa yamanzi aqandayo ngegama lomfundi, ngiqinisile ngithi kini: Kasoze alahlekelwa ngumvuzo wakhe.”


ukuthi ekuvivinyweni okukhulu kosizi ukuthokoza kwawo okuvamileyo nobumpofu bawo obukhulu kwenza ukuba avame kakhulu ekuphaneni okupheleleyo;


Ngokuba uma uthando lukhona, kwamukeleka njengalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite