Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Wayesehlala phansi maqondana nomphongolo womnikelo, wabuka isixuku sibeka umnikelo emphongolweni. Abaningi abacebileyo babeka kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 UJesu wayesehlala phansi, maqondana nomphongolo womnikelo, wayebuka ukuthi isixuku sinikela kanjani umnikelo emphongolweni. Abaningi abacebileyo babenikela kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 UJesu wayesehlezi maqondana nesitsha somnikelo, wabona ukuthi isixuku siphonsa kanjani imali esitsheni somnikelo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 UJesu wayesehlezi maqondana nesitsha somnikelo, wabona ukuthi isixuku siphonsa kanjani imali esitsheni somnikelo;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:41
5 Referans Kwoze  

UJehoyada, umpristi, wayesethatha umphongolo, wabhoboza imbobo esivalweni sawo, wawubeka eceleni kwe-altare ngakwesokunene lapho umuntu engena endlini kaJehova; abapristi abalinda umbundu bafaka khona yonke imali eyalethwa endlini kaJehova.


Lawo mazwi wawakhuluma ngasemphongolweni weminikelo efundisa ethempelini; akubangakho ombambayo, ngokuba isikhathi sakhe sasingakafiki.


Kepha abapristi abakhulu bazithatha izinhlamvu zesiliva, bathi: “Akuvunyelwe ukuzifaka emnikelweni, ngokuba kuyimali yegazi.”


Kwase kufika umfelokazi ompofu wabeka amafadingi* amabili okuyisitebela.*


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite