Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 lona lavela eNkosini; liyisimangaliso emehlweni ethu,’ na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Lona lavela eNkosini liyisimangaliso emehlweni ethu’ na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Lokhu kwenziwe yiNkosi, futhi kuyamangalisa emehlweni ethu?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Lokhu kwenziwe yiNkosi, futhi kuyamangalisa emehlweni ethu?

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:11
13 Referans Kwoze  

Lona lavela kuJehova; liyisimangaliso emehlweni ethu.


“Bonani phakathi kwabezizwe, nibheke, nimangale nokumangala, ngokuba wenza isenzo ezinsukwini zenu eningayikukholwa yiso, lapho silandwa.


Kuvunyiwe ukuthi inkulu imfihlakalo yokukhonza uNkulunkulu yokuthi: Owabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa ezizweni, wakholeka ezweni, waphakanyiselwa enkazimulweni.


okubona uNkulunkulu athanda ukubazisa ukuthi iyini ingcebo yenkazimulo yaleyo mfihlakalo phakathi kwabezizwe, enguKristu phakathi kwenu, ithemba lenkazimulo;


Bonke bamangala, basambatheka, bathi omunye komunye: “Kuthini lokhu na?”


Ayikho imilingo engamelana noJakobe; akukho ukubhula okungamelana no-Israyeli; manje sekuyashiwo ngoJakobe nango-Israyeli ukuthi uNkulunkulu wenzeni.


Base bephendula oLabani noBetuweli, bethi: “Le ndaba ivela kuJehova; asinakusho lutho kuwe, noma okubi noma okuhle.


Itshe abalinqabayo abakhi selaba yinhloko yegumbi.


UJesu wathi kubo: “Anizange nifunde yini emibhalweni ukuthi: “ ‘Itshe abalinqabayo abakhi lona laba yinhloko yegumbi; lona lavela eNkosini; liyisimangaliso emehlweni ethu,’ na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite