Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 10:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Babesendleleni bekhuphukela eJerusalema; uJesu wayehamba phambi kwabo; ababelandela babethukile, besaba. Wayesethatha futhi abayishumi nambili, waqala ukubatshela okuzakumehlela, ethi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Besendleleni bekhuphukela eJerusalema, uJesu ehamba phambi kwabo, ababemlandela babemangele, benokwesaba. Waphinda futhi wathatha abali-12, wayeseqala ukubatshela ngokwakuzomehlela, ethi:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Babesendleleni bekhuphukela eJerusalema; uJesu wahamba phambi kwabo, bamangala; belandela besaba. Wabuye wathatha abayishumi nambili, waqala ukubatshela okuzakwenzeka kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Babesendleleni bekhuphukela eJerusalema; uJesu wahamba phambi kwabo, bamangala; belandela besaba. Wabuye wathatha abayishumi nambili, waqala ukubatshela okuzakwenzeka kuye.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 10:32
12 Referans Kwoze  

Kwathi sezizakuphelela izinsuku zokwenyuswa kwakhe, wabhekisa ubuso bakhe ukuya eJerusalema.


Khona uTomase, othiwa uDidimu, wathi kubafundi abakanye naye: “Asihambe nathi, ukuze sife kanye naye.”


Abafundi bathi kuye: “Rabi, abaJuda basand' ukufuna ukukukhanda ngamatshe; usaya futhi khona na?”


Waphendukela kubafundi bebodwa, wathi: “Abusisiwe amehlo abona enikubonayo.


kodwa ngaphandle komfanekiso kakhulumanga kubo; kepha sebebodwa wabachasisela abafundi bakhe konke.


Waphendula-ke, wathi kubo: “Nina niphiwe ukwazi izimfihlakalo zombuso wezulu; kodwa bona kabakuphiwanga.


“ ‘Ake uzwe, Joshuwa, mpristi omkhulu, wena nabangane bakho abahlala phambi kwakho, ngokuba bangabantu abayisibonakaliso: bhekani, ngiyakuveza inceku yami, uHlumela.


Ngalelo hora uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo nabanokuqonda, wakwambulela izingane;


Bethuka bonke, babuzana bodwa, bathi: “Kuyini lokhu? Yisifundiso esisha esinamandla; nawomoya abangcolileyo uyabayala, bamlalele.”


Eseshilo lokho waqhubekela phambili, wakhuphukela eJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite