Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 kwavela uJohane ebhapathiza ehlane, eshumayela umbhapathizo wokuphenduka, kube ngukuthethelelwa kwezono.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Kwavela uJohane ebhabhadisa ehlane, eshumayela umbhabhadiso wokuphenduka, kube ngukuthethelelwa kwezono.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 UJohane wabhapathiza ehlane, eshumayela umbhapathizo wokuphenduka kukho ukuthethelelwa kwezono.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UJohane wabhapathiza ehlane, eshumayela umbhapathizo wokuphenduka kukho ukuthethelelwa kwezono.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:4
11 Referans Kwoze  

Naye uJohane wayebhapathiza e-Enoni eduze neSalimi, ngokuba amanzi ayemaningi lapho; beza babhapathizwa.


babhapathizwa nguye emfuleni iJordani bevuma izono zabo.


ukunika abantu bayo ukuyazi insindiso ngokuthethelelwa kwezono zabo,


Manje-ke ulibalelani na? Sukuma, ubhapathizwe, uhlambulule izono zakho ngokukhuleka egameni lakhe.’


Niyalazi izwi elamenyezelwa eJudiya lonke, liqalile eGalile, emva kokubhapathiza akushumayelayo uJohane


“Mina nginibhapathiza ngamanzi, kube ngukuphenduka; kepha yena oza emva kwami unamandla kunami engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe; yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele nangomlilo,


Kwaphumela kuye izwe lonke laseJudiya nabo bonke abaseJerusalema, babhapathizwa nguye emfuleni iJordani, bevuma izono zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite