Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Wahamba eshumayela emasinagogeni* abo kulo lonke iGalile, ekhipha amademoni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Wahamba eshumayela emasinagogeni abo kulo lonke iGalile, futhi ekhipha namadimoni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Wayeseshumayela emasinagogeni abo kulo lonke iGalile, ekhipha amademoni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Wayeseshumayela emasinagogeni abo kulo lonke iGalile, ekhipha amademoni.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:39
10 Referans Kwoze  

UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni* abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.


Bangena eKapernawume. Kwathi masinyane ngesabatha wangena esinagogeni,* wafundisa.


Kwaphuma namademoni kwabaningi ememeza ethi: “Wena uyiNdodana kaNkulunkulu.” Kepha wawakhuza, kawavumelanga ukuba akhulume, ngokuba ayemazi ukuthi unguKristu.


Wayesemuka, waya endlini yakhe, wafumana umntwana elele embhedeni, idemoni liphumile.


UJesu wayihamba imizi yonke nemizana efundisa emasinagogeni* abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa izifo zonke nokugula konke.


Kwakukhona-ke esinagogeni* umuntu onomoya ongcolileyo, wamemeza,


Wathi kubo: “Masiye kwezinye izindawo emizaneni eseduze ukuba ngishumayele nakhona; ngokuba ngiphumele khona lokho.”


Khona wabuye wangena esinagogeni.* Kwakukhona lapho umuntu onesandla esishwabeneyo.


Wamangala ngokungakholwa kwabo. Wahamba imizi ngemizi efundisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite