Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kwakukhona-ke esinagogeni* umuntu onomoya ongcolileyo, wamemeza,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Khona manjalo esinagogeni labo kwakukhona umuntu onomoya ongcolileyo, wamemeza,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Kwakukhona esinagogeni labo umuntu onomoya ongcolileyo; wakhala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kwakukhona esinagogeni labo umuntu onomoya ongcolileyo; wakhala.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:23
10 Referans Kwoze  

UJesu esebona ukuthi isixuku sigijimela ndawonye, wamkhuza umoya ongcolileyo, wathi kuye: “Wena moya oyisimungulu nesithulu ngiyakuyala mina, ngithi: Phuma kuye, ungabe usangena kuye.”


Kwathi masinyane owesifazane ondodakazi yakhe encane inomoya ongcolileyo esezwile ngaye, weza waziphonsa phansi ngasezinyaweni zakhe.


Esephume emkhunjini, kwahlangana naye masinyane umuntu ovela emathuneni, enomoya ongcolileyo.


Waphulukisa abaningi abaphethwe yizifo ngezifo, wakhipha amademoni amaningi, wayengawavumeli amademoni ukukhuluma, ngokuba ayemazi.


“Nxa umoya ongcolileyo esephumile kumuntu, uyadabula izindawo ezingenamanzi efuna ukuphumula, angakufumani.


Bamangala ngokufundisa kwakhe; ngokuba wabafundisa njengonamandla, kungenjengababhali.


wathi: “Sinamsebenzi muni nawe Jesu waseNazaretha? Uze ukusibhubhisa na? Ngiyakwazi ukuba ungubani – ungoNgcwele kaNkulunkulu.”


Sebephume esinagogeni* bangena masinyane endlini kaSimoni no-Andreya, benoJakobe noJohane.


Wahamba eshumayela emasinagogeni* abo kulo lonke iGalile, ekhipha amademoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite