Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Bamangala ngokufundisa kwakhe; ngokuba wabafundisa njengonamandla, kungenjengababhali.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Abantu bamangaliswa ngukufundisa kwakhe, ngokuba wayebafundisa njengonegunya, hhayi njengezazimthetho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:22
14 Referans Kwoze  

Esefikile emzini wakubo wabafundisa esinagogeni* labo, baze bamangala, bathi: “Lo ukuthathaphi lokhu kuhlakanipha nalawa mandla na?


Izikhonzi zaphendula zathi: “Akuzange kukhulume muntu njengokuba kukhuluma lowo muntu.”


Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba izwi lakhe lalinamandla.


“Izwi lami alinjengomlilo yini,” usho uJehova, “nanjengesando esaphula itshe na?


kodwa sizilahlile izinto ezifihliwe zehlazo, asihambi ngobuqili, asiliphambanisi izwi likaNkulunkulu, kepha ngokuveza obala iqiniso sizincoma kunembeza wabantu bonke phambi kukaNkulunkulu.


kepha babengenamandla okumelana nokuhlakanipha noMoya ayekhuluma ngakho.


ngokuba mina ngiyakuninika umlomo nokuhlakanipha abangemelane nakho, bakuphike, bonke abayimpi kini.


Kwakukhona-ke esinagogeni* umuntu onomoya ongcolileyo, wamemeza,


Bonke ababemuzwa bamangala ngokuqonda nangokuphendula kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite