Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 3:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Weza ezweni lonke laseJordani eshumayela umbhapathizo wokuphenduka, kube ngukuthethelelwa kwezono,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Wahamba kulo lonke iJordani, eshumayela ngombhabhadiso wokuphenduka, bese kuthethelelwa izono,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Weza ezweni lonke laseJordani, eshumayela umbhapathizo wokuphenduka kukho ukuthethelelwa kwezono;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Weza ezweni lonke laseJordani, eshumayela umbhapathizo wokuphenduka kukho ukuthethelelwa kwezono;

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 3:3
12 Referans Kwoze  

ukunika abantu bayo ukuyazi insindiso ngokuthethelelwa kwezono zabo,


Manje-ke ulibalelani na? Sukuma, ubhapathizwe, uhlambulule izono zakho ngokukhuleka egameni lakhe.’


UPawulu wayesethi: “UJohane wabhapathiza umbhapathizo wokuphenduka, ethi kubantu mabakholwe nguyena obezakuza emva kwakhe, kungukuthi uJesu.”


engakafiki yena uJohane wayeseshumayele kuso sonke isizwe sakwa-Israyeli umbhapathizo wokuphenduka.


Base beza kuJohane, bathi kuye: “Rabi, lowo owayenawe phesheya kweJordani, owamfakazelayo, bheka, uyabhapathiza, bonke beza kuye.”


“Mina nginibhapathiza ngamanzi, kube ngukuphenduka; kepha yena oza emva kwami unamandla kunami engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe; yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele nangomlilo,


Lokho kwenzeka eBethabara ngaphesheya kweJordani, lapho uJohane wayebhapathiza khona.


Abaningi kubantwana bakwa-Israyeli uyakubaphendulela eNkosini uNkulunkulu wabo.


UJesu egcwele uMoya oNgcwele wabuya eJordani, waholekela ngoMoya ehlane,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite