Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 2:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Bonke baya kubalwa, yilowo nalowo emzini wakubo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Abantu bonke bahamba kwaba yilowo nalowo ukuyobalwa emzini wakubo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Basebehamba bonke ukuyabhaliswa, ngulowo lalowo emzini wakubo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Basebehamba bonke ukuyabhaliswa, ngulowo lalowo emzini wakubo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 2:3
5 Referans Kwoze  

Kwathi ngalezo zinsuku kwaphuma isimemezelo kuKesari Awugustu sokuba kubalwe izwe lonke.


Lokhu kubalwa kokuqala kwenziwa uKhureniyu engumbusi waseSiriya.


Naye uJosefa wakhuphuka ephuma eGalile emzini waseNazaretha, waya eJudiya emzini kaDavide othiwa iBetlehema, ngokuba wayengowendlu nozalo lukaDavide,


ukuyobalwa kanye noMariya owayemmiselwe ukuba abe ngumkakhe, ekhulelwe.


U-Efroni wayehlezi phakathi kwabantwana bakwaHeti: u-Efroni umHeti wamphendula u-Abrahama ezindlebeni zabantwana bakwaHeti phambi kwabo bonke abangena esangweni lomuzi wakhe, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite