Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 2:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Lokhu kubalwa kokuqala kwenziwa uKhureniyu engumbusi waseSiriya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Lokhu kubalwa kwabantu kokuqala kwenzeka lapho uKhwiriniyu engumbusi waseSiriya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 (Lokhu kubalwa okokuqala kwenziwa uKhureniyu engumbusi waseSiriya.)

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 (Lokhu kubalwa okokuqala kwenziwa uKhureniyu engumbusi waseSiriya.)

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 2:2
9 Referans Kwoze  

Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, uHerode engumtetrarki* waseGalile, uFiliphu umfowabo engumtetrarki wezwe lase-Itureya nelaseTrakhoniti, uLisaniya engumtetrarki wase-Abilene,


Inkosi yayisisukuma nombusi noBernike kanye nababehlezi nabo;


UKlawudiyu Lisiya kuye uFeliksi umbusi odumileyo; ngiyakubingelela.


Kwathi uGaliyu engumbusi wase-Akhaya, abaJuda bamvukela uPawulu nganhliziyonye, bamyisa phambi kwesihlalo sokwahlulela,


owayekhona kumbusi wezwe uSergiyu Pawulu, umuntu onengqondo enhle. Yena wabiza oBarnaba noSawulu, wafuna ukuzwa izwi likaNkulunkulu.


Emva kwalowo kwasuka uJuda waseGalile ezinsukwini zokubhalwa; wahlubukisa abantu ukuba bamlandele; nalowo wabhubha, nabo bonke abamlalelayo bahlakazeka.


Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.


Kwathi ngalezo zinsuku kwaphuma isimemezelo kuKesari Awugustu sokuba kubalwe izwe lonke.


Bonke baya kubalwa, yilowo nalowo emzini wakubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite