Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 9:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kepha zaphuma, zamdumisa kulo lonke lelo zwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Kepha zathi ziphuma nje, zamdumisa kulo lonke lelo lizwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Kodwa sezihambile zalusakaza udumo lwakhe kulo lonke lelo zwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Kodwa sezihambile zalusakaza udumo lwakhe kulo lonke lelo zwe.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 9:31
11 Referans Kwoze  

Wabayala ukuba bangatsheli muntu. Kepha kwathi nakuba ebayala kakhulu, kwayikhona bekwandisa kakhulu impela.


Udumo lwalokho lwezwakala ezweni lonke langakhona.


Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.


Ngaleso sikhathi uHerode umtetrarki* waluzwa udumo lukaJesu,


Ayeseyithatha imali, enza njengokufundiswa kwawo. Leli zwi landa phakathi kwabaJuda kuze kube namuhla.


Udumo lwakhe lwase lwanda masinyane kuso sonke isifunda saseGalile.


UJesu wabuyela eGalile ngamandla kaMoya; udumo lwakhe lwanda kulo lonke izwe langakhona.


Kwanda udumo ngaye kuzo zonke izindawo zangakhona.


Kwayilapho ukukhuluma ngaye kwanda kakhulu. Zabuthana izixuku eziningi ukuzwa nokuphulukiswa ezifweni zazo.


Kwaphumela leli zwi ngaye kulo lonke iJudiya nakulo lonke langakhona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite