Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 9:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ayesevuleka amehlo azo. UJesu waziyalisisa, wathi: “Qaphelani ukuba kungaziwa muntu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Ayesevuleka amehlo azo. UJesu wazidonsa ngendlebe, wathi: “Qaphelani ukuba lokhu kungaziwa muntu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Asevuleka amehlo abo; uJesu wazilaya kakhulu, wathi: Qaphelani kungaziwa muntu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Asevuleka amehlo abo; uJesu wazilaya kakhulu, wathi: Qaphelani kungaziwa muntu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 9:30
13 Referans Kwoze  

Wamyala ukuba angatsheli muntu, wathi: “Kepha suka, uzibonakalise kumpristi, unikele ngokuhlanjululwa kwakho, njengalokho uMose akuyalayo, kube ngubufakazi kubo.”


UJesu wayesethi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu, kepha hamba uzibonakalise kumpristi, uyise umnikelo owayalelwa nguMose, kube ngubufakazi kubo.”


Abazali bayo bethuka; wabayala ukuba bangatsheli muntu okwenzekileyo.


Wabayalisisa ukuba lokhu kungaziwa muntu; futhi wathi mayiphiwe ukudla.


Besehla entabeni, uJesu wabayala wathi: “Ningatsheli muntu lowo mbono, ize ivuke iNdodana yomuntu kwabafileyo.”


Wabayalisisa ukuba bangamzwakalisi,


Bheka, inceku yami iyakuphumelela kahle; iyakukhuliswa, iphakanyiswe, iphakame kakhulu.


ukuze uvule amehlo ezimpumputhe, ukhiphe iziboshwa etilongweni nabahlezi ebumnyameni etilongweni.


Khona amehlo ezimpumputhe ayakuvulwa, zivuleke nezindlebe zezithulu.


UJehova uyenza ukuba izimpumputhe zibone; uJehova uyavusa abathotshisiweyo; uJehova uyathanda abalungileyo.


Esemyalisisile washesha wammukisa,


Wabayalisisa ukuba bangamzwakalisi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite