Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 8:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Manje kwakukhona kude nabo umhlambi wezingulube eziningi ziklabile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Kwakukhona buqamama umhlambi omkhulu wezingulube, ziklabile.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Kwakukhona khatshana labo umhlambi wezingulube ezinengi usidla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwakukhona khatshana labo umhlambi wezingulube ezinengi usidla.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 8:30
10 Referans Kwoze  

Kwakukhona lapho ngasentabeni umhlambi omkhulu wezingulube ziklabile.


nengulube, ngokuba iyahlukanisa inselo, ingetshisi kodwa; ingcolile kini; aniyikuyidla inyama yazo, ningathinti izidumbu zazo.


nengulube, ngokuba iyahlukanisa inselo, idabula inselo kabili, ingetshisi kodwa; ingcolile kini.


Kwakukhona lapho umhlambi wezingulube eziningi ziklabile entabeni; amncenga ukuba awavumele angene kuzo; wawavumela.


Ohlaba inkunzi ebulala nomuntu, nohlaba iwundlu eyaphula nentamo yenja, nonikela ngomnikelo wempuphu, kepha enikela nangegazi lezingulube, noshisa inhlaka, ebonga nesithombe, yebo, laba bakhethile izindlela zabo, nemiphefumulo yabo iyathokoza ngezinengiso zabo.


“Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele* enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.


Bheka, bamemeza bathi: “Sinamsebenzi muni nawe Ndodana kaNkulunkulu? Uze lapha ukusizwisa ubuhlungu, kungakabi yiso isikhathi, na?”


Amademoni amncenga athi: “Uma usikhipha, sithume ukuba singene emhlambini wezingulube.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite