Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 8:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Kwathi esefikile ngaphesheya ezweni lamaGadara, kwahlangana naye ababili abakhwelwe ngamademoni, bephuma emathuneni, beyizidlova ezinkulu ngangokuba kwakungedlule muntu ngaleyo ndlela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Kwathi esefikile ngaphesheya ezweni lamaGadara, wahlangana nabantu ababili abanamadimoni, bephuma emathuneni. Babeyingozi kakhulu kangangokuthi kwakungekho muntu owayengalokotha adlule ngaleyo ndlela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Esefike ngaphesheya ezweni lamaGergasi, kwahlangana naye ababili ababenamademoni, bephuma emathuneni, benolaka olukhulu, kwaze kwangadlula muntu ngaleyondlela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Esefike ngaphesheya ezweni lamaGergasi, kwahlangana naye ababili ababenamademoni, bephuma emathuneni, benolaka olukhulu, kwaze kwangadlula muntu ngaleyondlela.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 8:28
9 Referans Kwoze  

lokuthi: UNkulunkulu wamgcoba uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamandla, owahamba enza umusa, ephulukisa bonke ababesemandleni kaSathane, ngokuba uNkulunkulu wayenaye.


Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.


“Ezinsukwini zikaShamgari indodana ka-Anati, ezinsukwini zikaJayeli imendo yayishiyiwe; ababeyakuhamba ngemendo bahamba ngemikhondo.


nama-Amori, namaKhanani, namaGirigashi, namaJebusi.”


namaJebusi, nama-Amori, namaGirigashi,


“Lapho uJehova uNkulunkulu wakho eyakukungenisa ezweni oya kulo ukulidla, axoshe izizwe eziningi phambi kwakho, amaHeti, namaGirigashi, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, izizwe eziyisikhombisa ezinkulu nezinamandla kunawe,


Kepha abantu bamangala, bathi: “Unjani lo ukuba nomoya nolwandle kumlalele na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite