Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 8:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Kodwa omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Nkosi, ngivumele ngiye kuqala ukuyakummbela ubaba.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Kepha omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Nkosi, ngivumele ngihambe ngiyombela ubaba kuqala.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Omunye wabafundi bakhe wathi kuye: Nkosi, ngivumele ngiqale ngiyengcwaba ubaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Omunye wabafundi bakhe wathi kuye: Nkosi, ngivumele ngiqale ngiyengcwaba ubaba.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 8:21
10 Referans Kwoze  

Nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amazwe ngenxa yegama lami, uyakwamukeliswa okuphindwe kaningi, adle ifa lokuphila okuphakade.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Laba bantu bathi: ‘Akukabi yisikhathi sokuza, isikhathi sokwakha indlu kaJehova.’ ”


Kanjalo thina asisayikwazi umuntu ngokwenyama; nokuba besimazi uKristu ngokwenyama, nokho manje asisamazi.


UJesu wayesethi kuye: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke, kepha iNdodana yomuntu kayinandawo, lapho ingacamelisa khona ikhanda.”


Kepha uJesu wathi kuye: “Ngilandele; yeka abafileyo bembele abafileyo babo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite