Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 8:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UJesu wayesengena endlini kaPetru, wabona umkhwekazi wakhe elele phansi enomkhuhlane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 UJesu wayesengena endlini kaPhethro, wabona umkhwekazi kaPhethro elele phansi, enomkhuhlane.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kwathi uJesu esengenile endlini kaPetro, wabona umkhwekazi wakhe elele elomkhuhlane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwathi uJesu esengenile endlini kaPetro, wabona umkhwekazi wakhe elele elomkhuhlane.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 8:14
9 Referans Kwoze  

Asinalungelo yini lokuhamba nomzalwanekazi ongumkethu njengabanye abaphostoli, nabafowabo beNkosi, noKhefase, na?


Wathi: “Uyayithela.” Esengene endlini uJesu wamandulela, wathi: “Usho ukuthini, Simoni? Amakhosi omhlaba athatha kubaphi intela nenkokhiso, kumadodana awo noma kubafo, na?”


Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, umbhede ungabi nasisihla, ngokuba izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.


benqabela ukuganana, bethi akuzilwe ukudla akudalayo uNkulunkulu ukuba kwamukelwe ngokubonga yibo abakholwayo nabalaziyo iqiniso.


Ngakho umbonisi umelwe abe ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, abe ngozikhuzayo, oqondileyo, oziphatha ngokufaneleyo, ongenisa izihambi, onesu lokufundisa,


UJesu wayesethi kuye: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke, kepha iNdodana yomuntu kayinandawo, lapho ingacamelisa khona ikhanda.”


Waphatha isandla sakhe, umkhuhlane wamyeka; wavuka, wamkhonza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite