Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 7:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana olusesweni lakho;’ bheka, ugongolo lusesweni lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ungasho kanjani kumfowenu uthi: ‘Ake ngikhiphe uthi olusesweni lakho;’ kube kukhona ugongolo kwelakho iso na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Noma ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana esweni lakho; bheka, kukhona ugongolo kwelakho iso na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Noma ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana esweni lakho; bheka, kukhona ugongolo kwelakho iso na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 7:4
5 Referans Kwoze  

“Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kepha ugongolo olusesweni lakho awuluboni, na?


Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo esweni lakho, khona-ke uzakubonisisa ukukhipha ucezwana esweni lomfowenu.


Ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Mfowethu, ake ngikhiphe ucezwana olusesweni lakho,’ wena ongaboni ugongolo olukwelakho iso, na? Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo olukwelakho iso, yikhona uyakubonisisa ukukhipha ucezwana olusesweni lomfowenu.


Imilenze yonyonga iyalengalenga; zinjalo izaga emilonyeni yeziwula.


Baholi abayizimpumputhe, nihluza insensane, niginge ikamela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite