Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 5:47 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 Futhi uma nibingelela abafowenu bodwa, nenza lukhulu luni na? Abenzi njalo nabezizwe na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

47 Nalapho nibingelela abafowenu kuphela, yini ebalulekile eniyenzayo ngalokho na? Kanti abenzi yini kanjalo nabezizwe na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

47 Uma nibingelela abafowenu bodwa, nenza ngani ngaphezu kwabanye na? Abenzi njalo nabathelisi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

47 Uma nibingelela abafowenu bodwa, nenza ngani ngaphezu kwabanye na? Abenzi njalo nabathelisi na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 5:47
9 Referans Kwoze  

“Uma nithanda abanithandayo, ninakubongwa kuni na? Ngokuba nezoni zithanda abazithandayo.


Ngokuba ngithi kini: Uma ukulunga kwenu kungadluli okwababhali nokwabaFarisi, anisoze nangena embusweni wezulu.


Ngokuba kuludumo luni, uma nibekezela nishaywa lapho nonile na? Kepha uma nibekezela lapho nenze okuhle nihlushwa, lokho kuyabongeka kuNkulunkulu.


Ekungeneni kwenu endlini niyibingelele.


Ngokuba uma nithanda abanithandayo, ninamvuzo muni na? Abenzi njalo nabathelisi na?


Ngakho-ke manibe ngabapheleleyo, njengokuba uYihlo wasezulwini ephelele.


Uyakhonza kini uLuka inyanga ethandekayo, noDema.


Khonzani kubazalwane abaseLawodikeya, nakuNimfa, nasebandleni lakwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite