Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 5:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wayesevula umlomo wakhe, wabafundisa wathi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Wayesevula umlomo, waqala ukubafundisa, ethi:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Wasevula umlomo wakhe, wabafundisa, wathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wasevula umlomo wakhe, wabafundisa, wathi:

Gade chapit la Kopi




Mathewu 5:2
11 Referans Kwoze  

UFiliphu wavula umlomo wakhe, eqala kulowo mbhalo washumayela ivangeli ngoJesu.


Khona uPetru wavula umlomo, wathi: “Nembala ngiyabona ukuthi uNkulunkulu akabheki ubuso bamuntu,


ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi ukuthi: “Ngizakuvula umlomo wami ngemifanekiso, ngiphimisele okufihlakeleyo, selokhu kwasekelwa umhlaba.”


ninginxusele nami ukuba ngiphiwe izwi, nxa ngivula umlomo wami, ngize ngiyishumayele ngesibindi imfihlakalo yevangeli;


Khona uPawulu esezakuvula umlomo, uGaliyu wathi kubaJuda: “O nina baJuda, uma bekuyicala noma ubugebengu obubi, bekufanele nginibekezelele;


Zwanini, ngokuba ngiyakulanda okukhulu; ukukhamisa kwezindebe zami kuyakuba ngokulungileyo.


Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe.


Kwathi ebona izixuku, wenyukela entabeni; esehlezi phansi, abafundi bakhe beza kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite