Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 28:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ayeseyithatha imali, enza njengokufundiswa kwawo. Leli zwi landa phakathi kwabaJuda kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Abalindi bayithatha imali, benza njengalokhu beyaliwe. Lolo daba lwasabalala kubaJuda kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Base beyithabatha imali, benza njengalokho befundisiwe; leli zwi lisasakazwa phakathi kwabaJuda kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Base beyithabatha imali, benza njengalokho befundisiwe; leli zwi lisasakazwa phakathi kwabaJuda kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 28:15
5 Referans Kwoze  

Ngalokho insimu leyo ithiwa insimu yegazi kuze kube namuhla.


Ngokuba ukuthanda imali kuyimpande yakho konke okubi; abanye ngokuyifisa badukelwa ukukholwa, bazigwaza ngeminjunju eminingi.


wathi: “Niyakunginikani, ngimkhaphele kini, na?” Base bemnika izinhlamvu zesiliva ezingamashumi amathathu.


Kepha zaphuma, zamdumisa kulo lonke lelo zwe.


Kepha yena esephumile waqala ukuyandisa kakhulu nokuyidumisa le ndaba, ngangokuba uJesu wayengasenakungena emzini obala; wayesehlala ngaphandle ezindaweni eziyihlane; beza kuye bevela nxazonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite