Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngalokho insimu leyo ithiwa insimu yegazi kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Yingakho-ke leyo nsimu kuthiwa yinsimu yegazi kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Ngalokho insimu leyo yabizwa ngokuthi, Insimu Yegazi, kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngalokho insimu leyo yabizwa ngokuthi, Insimu Yegazi, kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:8
7 Referans Kwoze  

kwaziwa yibo bonke abakhileyo eJerusalema, yaze yaqanjwa leyo nsimu ngolimi lwakubo ngokuthi i-Akeldama, okungukuthi iNsimu Yegazi.


Ayeseyithatha imali, enza njengokufundiswa kwawo. Leli zwi landa phakathi kwabaJuda kuze kube namuhla.


Lowo muntu wayesengena ezweni lamaHeti, wakha umuzi, waqamba igama lawo ngokuthi iLuze okuyigama lawo kuze kube namuhla.


UJoshuwa wamisa amatshe ayishumi nambili phakathi neJordani, endaweni lapho izinyawo zabapristi abathwala umphongolo zazimi khona; akhona kuze kube namuhla.


Wammbela esigodini sasezweni lakwaMowabi malungana neBeti Peyori, kepha akukho muntu olaziyo ithuna lakhe kuze kube namuhla.


Izinti zazizinde kangako ukuba izihloko zezinti zibonakale zeqe emphongolweni phambi kwegumbi; kepha zazingabonakali ngaphandle; usekhona lapho kuze kube namuhla.


Benza icebo, bathenga ngayo insimu yombumbi, ibe ngeyokumbela abafokazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite