Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Khona amabutho ombusi ayesemthatha uJesu, amngenisa enqabeni, aqoqela kuye ibutho lonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Amabutho ombusi ayesemthatha uJesu, amngenisa enqabeni, ayeseqoqela kuye iviyo lonke lamabutho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Khona amasosha ombusi amthatha uJesu amyisa enqabeni, abuthela kuye lonke ibutho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Khona amasosha ombusi amthatha uJesu amyisa enqabeni, abuthela kuye lonke ibutho.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:27
9 Referans Kwoze  

UPilatu wabuye wangena enqabeni, wabiza uJesu, wathi kuye: “Wena uyinkosi yabaJuda na?”


Base bekhipha uJesu kuKayafase, bemyisa endlini yokwahlulela; kwakusekuseni. Kepha bona kabangenanga enqabeni ukuba bangangcoli kodwa babe nokudla iphasika.


Kwakukhona eKesariya indoda ethile egama layo linguKorneliyu, eyinduna yekhulu yebutho elithiwa elase-Italiya;


wathi: “Ngiyakuyizwa kahle indaba yakho, nxa sebefikile abakumangalelayo.” Wayala ukuba alondwe enqabeni kaHerode.


Kwathi sekunqunyiwe ukuba siye e-Italiya ngomkhumbi, banikela uPawulu nezinye iziboshwa ezithile enduneni yekhulu, igama layo linguJuliyu, eyebutho likaKesari.


Khona uJuda, esethole isigaba samabutho nezikhonzi kubapristi abakhulu nabaFarisi, waya lapho, benezihlanti nezibani nezikhali.


Khona kwabuthana abapristi abakhulu namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite