Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngokuba wayekwazi ukuthi bamnikele ngomhawu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 UPilatu wayazi ukuthi uJesu bamnikele ngenxa yomona.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Ngokuba wayekwazi ukuthi bamnikele ngomhawu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngokuba wayekwazi ukuthi bamnikele ngomhawu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:18
13 Referans Kwoze  

Ulaka lulunya nentukuthelo iyisikhukhula, kepha ngubani ongema phambi komhawu na?


Kwase kusuka umpristi omkhulu nabo bonke ababe naye abangabehlelo labaSadusi, bagcwala umhawu,


Ngokuba wayekwazi ukuthi abapristi abakhulu bamnikele ngomhawu.


Niyacabanga yini ukuthi umbhalo usho ngeze ukuthi: “Umoya awuhlalisa kithi unxanela ngokomhawu,” na?


Kepha abaJuda bebona izixuku bagcwala umhawu, bakuphika okwakukhulunywa nguPawulu behlambalaza.


“Okhokho baba nomhawu ngoJosefa, bathengisa ngaye, wasiwa eGibithe; kodwa uNkulunkulu wayenaye,


Abafowabo baba nomhawu ngaye, kepha uyise wawalonda lawa mazwi.


Jehova, isandla sakho siphakeme, kepha kababoni; kodwa mababone ukushisekela kwakho abantu, babe namahloni; yebo, umlilo uyakuqeda izitha zakho.


Futhi ngabona wonke umshikashika nakho konke okwenziwe ngekhono ukuthi kungumhawu womuntu ngomakhelwane wakhe. Nalokho kuyize nokufuna umoya.


Baba nomhawu ngoMose ekamu,* nango-Aroni ongcwele kaJehova.


Ngakho sebebuthene, uPilatu wathi kubo: “Nithanda ukuba nginikhululele bani, uBaraba nokuba uJesu othiwa uKristu, na?”


Esahlezi esihlalweni sokwahlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungabi nandaba kulowo muntu olungileyo; ngokuba ngihluphekile kakhulu namuhla ngaye ephusheni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite