Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kepha ngomkhosi umbusi wayejwayele ukukhululela isixuku isiboshwa sibe sinye esasisithanda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Kwakuthi njalo ngomkhosi, umbusi akhululele isixuku isiboshwa sibe sinye esisithandayo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Ngomkhosi umbusi wayejwayele ukukhululela isixuku isiboshwa, esisithandayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngomkhosi umbusi wayejwayele ukukhululela isixuku isiboshwa, esisithandayo.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:15
11 Referans Kwoze  

Kepha uFestu ethanda ukubongwa ngabaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda yini ukwenyukela eJerusalema, wahlulelwe khona phambi kwami ngalezi zinto, na?”


Kepha sekuphelile iminyaka emibili, uFeliksi walandelwa nguPorkiyu Festu; kodwa uFeliksi efuna ukubongwa ngabaJuda washiya uPawulu eboshiwe.


Wayesemnikela kubo ukuba abethelwe esiphambanweni. Bamthatha-ke uJesu, bahamba naye.


Ngakho-ke ngiyakumshaya, ngimkhulule.”


Kepha bathi: “Makungabi ngomkhosi, funa kube khona isiyaluyalu esizweni.”


Ngaleso sikhathi babe nesiboshwa esidumileyo esithiwa uBaraba.


Ubemelwe phela ukubakhululela abe munye ngomkhosi.


Kepha bamemeza kanyekanye, bathi: “Susa lo, usikhululele uBaraba,”


kepha uPetru wayemi ngaphandle emnyango. Waphuma-ke lowo mfundi omunye owaziwa ngumpristi omkhulu, wakhuluma nomlindikazi womnyango, wamngenisa uPetru.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite