Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngokuba lokho nga kuthengisiwe ngokukhulu, kwaphiwa abampofu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ngokuba ngabe kuthengisiwe ngenani eliphezulu, kwaphiwa abampofu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Ngokuba lawa mafutha abengathengiswa ngemali enkulu, kuphiwe abampofu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngokuba lawa mafutha abengathengiswa ngemali enkulu, kuphiwe abampofu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:9
9 Referans Kwoze  

Ngokuba lawa mafutha nga ethengisiwe ngawodenariyu* abangaphezu kwamakhulu amathathu, kwaphiwa abampofu.” Bamthukuthelela kakhulu.


Kepha uGehazi inceku ka-Elisha umuntu kaNkulunkulu wathi: “Bheka, inkosi yami imyekile uNahamani lo wase-Aramu ngokungamukeli ezandleni zakhe akulethayo; kuphila kukaJehova, ngiyakugijima, ngimlandele, ngithathe into kuye.”


Kepha abantu bathatha kuyo impango, izimvu nezinkabi, okuhle kokuqalekisiweyo, ukuba bahlabele uJehova uNkulunkulu wakho eGiligali.”


Kepha uSawule nabantu bayeka u-Agagi nezinhle nezikhulupheleyo zezimvu nezezinkabi, namawundlu, nakho konke okuhle; babengavumi ukukuqeda lokho; kodwa zonke izinto ezidelekileyo nezondileyo baziqeda nya.


beshiya indlela eqondileyo beduka, belandela indlela kaBalami kaBeyori owathanda umvuzo wokungalungi,


Kepha abafundi bakhe bebona lokho bathukuthela, bathi: “Kwenzelwani lokho kuchitha na?


Kepha uJesu ekwazi lokho wathi kubo: “Nimhluphelani owesifazane na? Ngokuba usebenzile umsebenzi omuhle kimi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite