Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:73 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

73 Emva kwesikhashana ababemi khona basondela, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo, ngokuba nokukhuluma kwakho kuyakudalula.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

73 Emva kwesikhashana, esesondele kwababemi lapho, bathi kuPhethro: “Impela nawe ungomunye wabo, udalulwa ngisho nangukukhuluma kwakho.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

73 Kwathi emva kwesikhashana beza kuye ababemi khona, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo; ngoba ukukhuluma kwakho kuyakuveza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

73 Kwathi emva kwesikhashana beza kuye ababemi khona, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo; ngoba ukukhuluma kwakho kuyakuveza.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:73
8 Referans Kwoze  

bathi kuye: “Shono uthi: ‘Shiboleti,’ ” abesethi: “Siboleti,” ngokuba engaqaphelanga ukuliphimisa kahle; base bembamba, bambulala ngasemazibukweni aseJordani; kwawa ngaleso sikhathi abakwa-Efrayimi abayizinkulungwane ezingamashumi amane nambili.


Abantwana babo bakhuluma ngokwenxenye ngesi-Ashidodi; bengenakukhuluma isiJuda bakhuluma ngolimi lwezizwe ngezizwe.


Waphika futhi ngokufunga, wathi: “Angimazi lowo muntu.”


Khona waqala ukuthuka nokufunga, wathi: “Angimazi lowo muntu.” Masinyane lase likhala iqhude.


Kepha waphinda waphika. Emva kwesikhashana futhi ababemi khona bathi kuPetru: “Nempela ungomunye wabo, ngokuba ungowaseGalile.”


Bethuka, bamangala bathi: “Bheka, bonke laba abakhulumayo abasibo abaseGalile na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite