Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:60 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

60 kepha ababufumananga, nakuba kwafika ofakazi abaningi bamanga. Kodwa kamuva kwavela ababili,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

60 Kepha ababutholanga, nakuba kwase kufike ofakazi abaningi bamanga. Kodwa kamuva kwavela ababili,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

60 Kepha ababufumananga, yebo, nakuba kwafika ofakazi bamanga abaningi, ababufumananga. Ekugcineni kwafika ofakazi bamanga ababili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

60 Kepha ababufumananga, yebo, nakuba kwafika ofakazi bamanga abaningi, ababufumananga. Ekugcineni kwafika ofakazi bamanga ababili.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:60
7 Referans Kwoze  

“Ufakazi oyedwa nje akayikumvukela umuntu ngobubi, noma ngesono, noma kuyisiphi isono ona ngaso; ngomlomo wawofakazi ababili noma ngomlomo wawofakazi abathathu indaba iyakuqiniswa.


Ofakazi abangalungile bayasukuma, babuza kimi engingakwaziyo.


Unganginikeli entandweni yezitha zami; ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabafutha ukudlozomela.


kodwa kube ngobumnene nangokwesaba, nibe nonembeza omuhle, ukuze kuthi kulokho abanihleba ngakho bajabhiswe labo abathuka ukuhamba kwenu okuhle kuKristu.


ukhulume okuqondileyo okungasolekiyo, ukuze omelana nathi abe namahloni, engenalutho olubi angalukhuluma ngathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite