Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:59 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

59 Abapristi abakhulu nomphakathi wonke bafuna ubufakazi bamanga ngoJesu, ukuze bambulale;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

59 Abaphristi abakhulu nomkhandlu wonke bafuna ubufakazi obungamanga ngoJesu, ukuze bambulale.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

59 Abapristi abakhulu namalunga nomkhandlu wonke bafuna ubufakazi bamanga ngoJesu ukuze bambulale;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

59 Abapristi abakhulu namalunga nomkhandlu wonke bafuna ubufakazi bamanga ngoJesu ukuze bambulale;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:59
12 Referans Kwoze  

Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo othukuthelela umfowabo uyakuba necala lokwahlulelwa; noshoyo kumfowabo ukuthi: ‘Silima,’ uyakuba necala emphakathini; noshoyo ukuthi: ‘Siwula,’ uyakuba necala lokulahlwa esihogweni somlilo.


Umuntu ofakazela amanga ngomakhelwane wakhe uyisando, nenkemba, nomcibisholo obukhali.


Unganginikeli entandweni yezitha zami; ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabafutha ukudlozomela.


Kepha umpristi omkhulu wabuza uJesu ngabafundi bakhe nangemfundiso yakhe.


Ubuzelani kimi na? Buza kulabo abezwile lokho engakukhuluma kubo; bheka, bona bayakwazi engakushoyo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite