Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:51 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Bheka, omunye kwababe noJesu welula isandla, wahosha inkemba yakhe, wayigenca inceku yompristi omkhulu, wayinquma indlebe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

51 Omunye walabo ababenoJesu wagqashula inkemba yakhe, wagenca inceku yomphristi omkhulu, wanquma indlebe yayo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

51 Bheka, omunye kwababe noJesu welula isandla, wahosha inkemba yakhe, wagalela inceku yompristi omkhulu, wayinquma indlebe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

51 Bheka, omunye kwababe noJesu welula isandla, wahosha inkemba yakhe, wagalela inceku yompristi omkhulu, wayinquma indlebe.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:51
8 Referans Kwoze  

ngokuba izikhali zethu zokulwa kasizo ezenyama, kodwa ngaye uNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba, sichitha izizindlo,


UJesu waphendula wathi: “Umbuso wami awusiwo owaleli zwe. Uma umbuso wami ubungowaleli zwe, izikhonzi zami zaziyakulwa ukuba nginganikezelwa kubaJuda. Kepha kalokhu umbuso wami awusiwo owalapha.”


Omunye kwababemi khona wahosha inkemba, wayigenca inceku yompristi omkhulu, wayinquma indlebe.


UPetru wayesethi kuye: “Noma ngingaze ngife nawe, angisoze ngakuphika.” Basho njalo nabafundi bonke.


Kepha waguquka, wabakhuza wathi: “Anazi ukuthi ningabomoya muni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite