Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Wabuye wabashiya, waya wakhuleka ngokwesithathu esho futhi lona lelo zwi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 Wabuye wabashiya, wayokhuleka ngokwesithathu elokhu esho lona lelo lizwi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Wabashiya, wabuye wahamba, wakhuleka ngokwesithathu, esho wona lawo mazwi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Wabashiya, wabuye wahamba, wakhuleka ngokwesithathu, esho wona lawo mazwi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:44
6 Referans Kwoze  

Ngayo-ke nganxusa iNkosi kathathu ukuba isuke kimi.


Wabalandisa umfanekiso wokuthi bamelwe ukukhuleka njalo, bangadangali.


Kodwa nxa nikhuleka, ningathemelezi njengabezizwe, ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.


Esebuya futhi wabafumana belele, ngokuba amehlo abo ayenzima.


Khona wafika kubafundi, wathi kubo: “Nisalele namanje niphumula; bhekani, ihora selisondele, iNdodana yomuntu isiyakhashelwa ezandleni zezoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite