Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bacebisana ukuba bambambe uJesu ngobuqili, bambulale.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Bakha uzungu lokuba bambambe uJesu ngobuqili, bambulale.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Bacebisana ukuthi bambambe uJesu ngobuqili, bambulale.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bacebisana ukuthi bambambe uJesu ngobuqili, bambulale.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:4
10 Referans Kwoze  

Base bephuma abaFarisi, benza isigungu ngaye ukuba bambhubhise.


wathi: “O wena ogcwele inkohliso yonke nobubi bonke, ndodana kaSathane, sitha sokulunga konke, awuyikuyeka ukuziphambukisa izindlela eziqondileyo zeNkosi na?


Amakhosi omhlaba ayazihlanganisa, nababusi baceba icebo ngoJehova nangogcotshiweyo wakhe ngokuthi:


Yona yasiphatha ngobuqili isizwe sakithi, yabahlupha obaba ngokubalahlisa izingane zabo zingaphili.


“Zinyoka, nzalo yamabululu, niyakukubalekela kanjani ukulahlwa kwasesihogweni na?


Inyoka yayinobuqili kunazo zonke izilwane zasendle abezenzile uJehova uNkulunkulu. Yathi kowesifazane: “Ngempela uNkulunkulu ushilo yini ukuthi: ‘Ningadli emithini yasensimini,’ na?”


Kepha nginovalo lokuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu mhlawumbe zingadukiswa, ziyeke ubuqotho nobumhlophe ngakuKristu.


Emva kwezinsuku ezimbili kwaba khona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna isu lokumbamba ngobuqili, bambulale.


Kusukela kulolo suku baceba ukuba bambulale.


Wena omubi ungaqamekeli indlu yolungileyo, ungachithi indawo yakhe yokuphumula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite