Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:37 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Wathatha uPetru namadodana amabili kaZebedewu, waqala ukuba nomunyu nosizi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Wathatha uPhethro namadodana amabili kaZebedewu, waqala ukuba nomunyu nosizi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Wathatha uPetru namadodana amabili kaZebedewu, waqala ukuba nomunyu nosizi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Wathatha uPetru namadodana amabili kaZebedewu, waqala ukuba nomunyu nosizi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:37
8 Referans Kwoze  

Esedlulela phambili wabona ezinye izelamani ezimbili, uJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo, besemkhunjini kanye noZebedewu uyise, belungisa amanetha abo; wababiza.


Emva kwezinsuku eziyisithupha uJesu wathatha oPetru, noJakobe, noJohane umfowabo, wakhuphukela nabo entabeni ende bebodwa.


Akavumelanga muntu amlandele, kuphela oPetru, noJakobe, noJohane umfowabo kaJakobe.


“Kalokhu umphefumulo wami ulusizi, ngizakuthini na? Baba, ngisindise kulo mzuzu. Kodwa ngenxa yalokhu ngize kulo mzuzu.


Esosizini olunzima wakhuleka eqinisela, izithukuthuku zakhe zaba njengamathonsi egazi, aconsela emhlabathini.


Khona kwafika kuye unina wamadodana kaZebedewu kanye namadodana akhe; wakhuleka, wacela into kuye.


UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha elwandle; ngokuba babe ngabadobi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite