Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kepha ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi: “Uthanda ukuba sikulungiselephi ukuba udle iphasika na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Kwathi ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo, abafundi baya kuJesu, bathi: “Uthanda ukuba sikulungisele kuphi ukuba udle iPhasika na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kwathi ngosuku lokuqala lomkhosi wesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi kuye: “Uthanda ukuba sikulungisele ngaphi ukuba udle iphasika na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kwathi ngosuku lokuqala lomkhosi wesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi kuye: “Uthanda ukuba sikulungisele ngaphi ukuba udle iphasika na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:17
12 Referans Kwoze  

niyakuligcina kuze kube sosukwini lweshumi nane lwaleyo nyanga; ibandla lonke lenhlangano yakwa-Israyeli liyakulihlaba ngakusihlwa.


Abafundi benza-ke njengokuba uJesu ebayalile; balungisa iphasika.


UJesu waphendula, wathi kuye: “Vuma kalokhu, ngokuba kusifanele ukugcwalisa kanjalo ukulunga konke.” Khona wayesemvumela.


Kusukela lapho wafuna ithuba lokumkhaphela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite