Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba lapho ethela lawo mafutha emzimbeni wami, ukwenzele ukungilungisela ukumbelwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Ngokuba lo wesifazane, ngokuthela lawa mafutha emzimbeni wami, ukwenzele ukungilungisela ukumbelwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Ngokuba ngokuthela lawa mafutha emzimbeni wami, ukwenzele ukungcwatshwa kwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngokuba ngokuthela lawa mafutha emzimbeni wami, ukwenzele ukungcwatshwa kwami.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:12
8 Referans Kwoze  

Ngakho uJesu wathi: “Myeke ukuba awalondolozele usuku lokumbelwa kwami.


Wenzile abengakwenza; wandulele ukuwugcobela umzimba wami ukumbelwa.


Base bebuyela emuva, balungisa amakha namafutha; kepha ngesabatha baphumula njengokomthetho.


Selidlulile isabatha, oMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe, noSalome bathenga amakha ukuba beze bamgcobe.


Bammbela emathuneni akhe owayeziqophele wona emzini kaDavide, bambeka embhedeni ogcwele iphunga elimnandi namakha ayizinhlobonhlobo, alungisiwe ngokwenza komthaki; bamenzela ukushisa kwempepho okukhulu kakhulu.


UJosefa wayala izinceku zakhe izinyanga ukuba zimgqumise uyise ngemithi; izinyanga zamgqumisa-ke u-Israyeli ngemithi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite