Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 ngokuba abampofu ninabo njalo, kepha mina aninami njalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngokuba abampofu ninabo njalo, kodwa Mina aniyukuhlala ninami njalo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Ngokuba abampofu ninabo njalo; kepha mina aninami njalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba abampofu ninabo njalo; kepha mina aninami njalo.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:11
16 Referans Kwoze  

Ngokuba ompofu akasoze aphela ezweni; ngakho-ke ngiyakuyala ngithi: ‘Womvulela nokumvulela umfowenu isandla sakho, abaswelayo bakho nabampofu bakho ezweni lakini.’


Ngokuba abampofu ninabo njalo; nanini, uma nithanda, ningabenzela okuhle: kepha mina aninami njalo.


Ngokuba abampofu ninabo njalo, kepha mina aninami njalo.”


Ngavela kuBaba, ngeza ezweni; ngiyalishiya futhi izwe, ngibuyela kuBaba.”


“Manje ngiyamuka, ngiya kongithumileyo; akakho kinina ongibuza ukuthi: ‘Uya ngaphi na?’


Kuseyisikhashana izwe lingasangiboni, kepha niyangibona nina, ngokuba ngiphila mina, nani nizakuphila.


“Bantwanyana, ngise khona nani isikhashana. Niyakungifuna, nanjengalokho ngasho kubaJuda ukuthi lapho ngiya khona ningeze nina, ngisho nakinina manje.


okumelwe ukuba izulu limamukele, kuze kube yizikhathi zokubuyiselwa kwakho konke uNkulunkulu akhuluma ngakho ngomlomo wabaprofethi bakhe abangcwele, kusukela kwaphakade.


Angisekho ezweni mina, basezweni bona, mina ngiza kuwe. Baba ongcwele, bagcine egameni lakho labo ongiphe bona, ukuze babe munye njengathi.


nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho; bhekani, mina nginani izinsuku zonke kuze kube sekupheleni kwezwe.”


Ngokuba lapho kubuthene ababili noma abathathu egameni lami, ngikhona lapho phakathi kwabo.”


Kepha yena onemfuyo yezwe, ebona umzalwane wakhe eswele, amvalele isihawu sakhe, uthando lukaNkulunkulu lungahlala kanjani kuye na?


kuphela ukuba sikhumbule abampofu, eyonanto nami ebengikhuthalele ukuyenza.


Kepha uJesu ekwazi lokho wathi kubo: “Nimhluphelani owesifazane na? Ngokuba usebenzile umsebenzi omuhle kimi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite