Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 24:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kepha maye kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Maye, kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Maye kwabakhulelweyo nakwabancelisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Maye kwabakhulelweyo nakwabancelisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi




Mathewu 24:19
12 Referans Kwoze  

Maye kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku! Ngokuba kuyakuba khona ukuhlupheka okukhulu emhlabeni nentukuthelo phezu kwalesi sizwe.


Izandla zabesifazane abahawukelayo zapheka izingane zabo; zazingukudla kwabo ngokuchithwa kwendodakazi yabantu bami.


ISamariya liyakuthwala icala lalo, ngokuba lihlubukile uNkulunkulu walo; bayakuwa ngenkemba, izingane zabo zichotshozwe, abakhulelweyo babo baqaqwe.”


UJonathani indodana kaSawule wayenendodana elunyonga ngezinyawo. Yayineminyaka eyisihlanu ekufikeni kombiko ngoSawule noJonathani uvela eJizreyeli; umzanyana wayo wayithatha, wabaleka; kwathi eseshesha ukubaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo lalinguMefibosheti.


Ngaleso sikhathi uMenahemu wachitha iThifisa, nakho konke okwakukulo, nemikhawulo yalo, kusukela eTirisa; ngokuba bengamvulelanga, ngalokho walichitha; nabo bonke abesifazane abakhulelweyo abakulo wabaqaqa.


bathi kuye: “Uyakuzwa lokhu abakushoyo laba na?” UJesu wathi kubo: “Yebo, anizange nifunde yini ukuthi: ‘Emlonyeni wezingane nowabancelayo uzilungisele indumiso,’ na?”


osensimini angabuyeli emuva ukuyothatha ingubo yakhe.


Khulekani ukuba ukubaleka kwenu kungabi sebusika nangesabatha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite