Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 23:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Nithi: ‘Uma sasikhona emihleni yawobaba, sasingayikuhlanganyela nabo egazini labaprofethi.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Nithi: ‘Ukuba sasikhona emihleni yobaba, sasingayukuhlanganyela nabo ekuchitheni igazi labaphrofethi.’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 nithi: Uma sasikhona emihleni yawobaba, sasingayikuhlanganyela nabo egazini labaprofethi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 nithi: Uma sasikhona emihleni yawobaba, sasingayikuhlanganyela nabo egazini labaprofethi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 23:30
8 Referans Kwoze  

“Ngibashayele ize abantwana benu, abakwamukelanga ukulaywa; inkemba yenu ibadlile abaprofethi benu njengengonyama echithayo.


UJehova uNkulunkulu wawoyise wathuma kubo ngezandla zezithunywa zakhe, ethuma njalonjalo, ngokuba wahawukela abantu bakhe nendawo yakhe yokuhlala;


“Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nakha amaliba abaprofethi, nihlobisa amathuna abalungileyo!


Kanjalo niyazifakazela nina ukuthi ningamadodana ababulala abaprofethi.


Bhekani u-Israyeli ngokwenyama. Abadla imihlatshelo abasibo abahlanganyela ne-altare na?


Nethemba lethu ngani liqinile, sazi ukuthi njengalokhu ningabahlanganyeli bezinhlupheko, kanjalo ningabahlanganyeli nabenduduzo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite