Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 23:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Baholi abayizimpumputhe, nihluza insensane, niginge ikamela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Baholi abayizimpumputhe, nikhetha impukane kwenikuphuzayo, kodwa ningwinye ikameli.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Bakhokheli abayizimpumputhe, elihluza insensane, liginye ikamela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Bakhokheli abayizimpumputhe, elihluza insensane, liginye ikamela.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 23:24
11 Referans Kwoze  

Futhi ngithi kini: Kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yosungulo kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.”


“Maye kinina baholi abayizimpumputhe enithi: ‘Ofunga ithempeli akulutho, kodwa ofunga igolide lethempeli uzibophile!’


Ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana olusesweni lakho;’ bheka, ugongolo lusesweni lakho.


Khona babuye bamemeza bonke, bathi: “Qha lona, kodwa uBaraba.” Kepha uBaraba wayengumphangi.


Base bekhipha uJesu kuKayafase, bemyisa endlini yokwahlulela; kwakusekuseni. Kepha bona kabangenanga enqabeni ukuba bangangcoli kodwa babe nokudla iphasika.


Ngokuba abahola laba bantu bayabadukisa, nabaholwa yibo bayagwinywa.


Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe; kepha nxa impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.”


Umhlaba wamsiza owesifazane, umhlaba wakhamisa umlomo wawo, wawuminza umfula owawukhwifa udrako ngomlomo wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite