Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 23:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 wathi: “Ababhali nabaFarisi bahlezi esihlalweni sikaMose.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 wathi: “Izazimthetho nabaFarisi bahleli esihlalweni sikaMose.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 esithi: Ababhali nabaFarisi bahlezi esihlalweni sikaMozisi;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Esithi: Ababhali nabaFarisi bahlezi esihlalweni sikaMozisi;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 23:2
8 Referans Kwoze  

“Xwayani ababhali abafuna ukuhamba bembethe izingubo ezinde, bethanda ukubingelelwa ezigcawini nokuhlala phambili emasinagogeni* nasezindaweni ezingenhla ekudleni,


Ekufundiseni kwakhe wathi: “Xwayani ababhali abathanda ukuhamba bembethe izingubo ezinde, nokubingelelwa ezigcawini,


“Ngokuba izindebe zompristi ziyakugcina ukwazi, kufunwe umthetho emlonyeni wakhe, ngokuba uyisithunywa sikaJehova Sebawoti.


“Wena-ke, Ezra, ngokuhlakanipha kukaNkulunkulu wakho okusesandleni sakho, misa abahluleli nabaholi abayakwahlulela bonke abantu abangaphesheya koMfula,* bonke abazi imithetho kaNkulunkulu wakho; nongayaziyo nimfundise.


u-Ezra lo wakhuphuka eBabele; wayengumbhali echwepheshile emthethweni kaMose awunikiweyo nguJehova uNkulunkulu ka-Israyeli; inkosi yamnika konke akucelayo ngokwesandla sikaJehova uNkulunkulu wakhe esasiphezu kwakhe.


Yebo, uyazithanda izizwe, bonke abangcwele bakhe basesandleni sakho; bahlala ngasezinyaweni zakho, bamukele okwamazwi akho.


Ngakho-ke konke abanitshela khona, kwenzeni, nikugcine, kodwa ningenzi njengemisebenzi yabo; ngokuba bayakhuluma, bangenzi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite