Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 23:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Maye kinina baholi abayizimpumputhe enithi: ‘Ofunga ithempeli akulutho, kodwa ofunga igolide lethempeli uzibophile!’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “Maye, kini baholi abayizimpumputhe, enithi: ‘Umuntu ofunga ithempeli akusho lutho lokho, kodwa lowo ofunga igolide lasethempelini uzibophile!’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Maye kini, baholi abayizimpumputhe, enithi: Noma ubani ofunga ithempeli akulutho; kodwa ofunga igolide lethempeli, ulomlandu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Maye kini, baholi abayizimpumputhe, enithi: Noma ubani ofunga ithempeli akulutho; kodwa ofunga igolide lethempeli, ulomlandu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 23:16
14 Referans Kwoze  

Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe; kepha nxa impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.”


Baholi abayizimpumputhe, nihluza insensane, niginge ikamela.


Ziwula, zimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu kunegolide nethempeli elingcwelisa igolide na?


Kepha phezu kwakho konke, bazalwane bami, ningafungi; ningafungi izulu noma umhlaba noma esinye isifungo; kodwa uyebo wenu makabe nguyebo, noqhabo uqhabo, ukuze ningaweli ekwahlulelweni.


Mfarisi oyimpumputhe, hlanza kuqala ingaphakathi lenkezo, ukuze kuhlanzeke nengaphandle layo.


Zimpumputhe, yikuphi okukhulu kunomnikelo ne-altare elingcwelisa umnikelo na?


Ngiyaphinda ngiqinisa kumuntu wonke osokayo ukuthi unecala lokugcina umthetho wonke.


Ngokuba abahola laba bantu bayabadukisa, nabaholwa yibo bayagwinywa.


“Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu! Ngokuba aningeni nina, nabangenayo anibavumeli ukungena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite