Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 22:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Kuleyo miyalo emibili kubambelela umthetho wonke nabaprofethi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Kuleyo miyalo yomibili kubambelele umthetho wonke nemfundiso yabaphrofethi.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Kuleyo miyalo emibili kubambelela umthetho wonke nabaprofethi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Kuleyo miyalo emibili kubambelela umthetho wonke nabaprofethi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 22:40
9 Referans Kwoze  

Ngokuba lokhu ukuthi: “Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafisi,” noma ukhona omunye umyalelo, kuyahlanganiswa kuleli zwi elithi: “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.”


Ngakho-ke konke nokungakanani enifuna ukuba abantu bakwenze kini, kwenzeni nani kanjalo kubo; ngokuba lokhu kungumthetho nabaprofethi.


Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.


Kepha uma nigcina umthetho wobukhosi ngokombhalo wokuthi: “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena,” nenza kahle;


kepha umgomo womyalo uluthando oluvela enhliziyweni emhlophe, nakunembeza omuhle, nasekukholweni okungazenzisiyo,


Ngokuba umthetho wonke ugcwalisiwe ezwini linye lokuthi: “Wothanda umakhelwane wakho njengokuba uzithanda wena.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite