Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 22:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha uJesu ebazi ububi babo wathi: “Bazenzisi, ningilingelani na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 UJesu, ebazi ububi babo, wathi: “Bazenzisi, ningilingelani na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kodwa uJesu ebazi ububi babo wathi: Bazenzisi, lingilingelani?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kodwa uJesu ebazi ububi babo wathi: Bazenzisi, lingilingelani?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 22:18
15 Referans Kwoze  

Bakusho lokho bemlinga, ukuze babe nokummangalela. Kepha uJesu wakhothama, waloba ngomunwe emhlabathini.


nangokuba engaswele nobani amfakazele ngomuntu; wayekwazi yena okuphakathi komuntu.


Kepha uJesu ezazi izizindlo zabo waphendula, wathi kubo: “Nizindlani ezinhliziyweni zenu na?


ngiyakubulala abantwana bakhe ngokufa; amabandla onke ayakwazi ukuthi nginguye ophenya izinso nezinhliziyo, futhi ngiyakumnika yilowo nalowo wenu ngokwemisebenzi yakhe.


Kepha uPetru wathi kuye: “Kungani ukuba nivumelene ngokulinga uMoya weNkosi na? Bheka, izinyawo zabambele indoda yakho zisemnyango, nawe bazakukukhiphela phandle.”


Kepha eqonda ubuqili babo wathi kubo:


Bheka, kwase kusukuma isazimthetho esithile, samlinga sathi: “Mfundisi, ngizakwenzani ukuba ngidle ifa lokuphila okuphakade na?”


Kuthe uJesu ebona ukuzindla kwenhliziyo yabo, wathabatha umntwana, wammisa phambi kwakhe,


Wathuma enye futhi; yona bayibulala, nezinye eziningi: ezinye bazishaya, ezinye bazibulala.


UJesu ekwazi masinyane emoyeni wakhe ukuthi bazindla kanjalo phakathi kwabo, wathi kubo: “Nizindlelani ngalokhu ezinhliziyweni zenu na?


Kwase kusondela kuye abaFarisi, bamlinga bathi: “Kuvunyelwe yini ukuba indoda ilahle umkayo noma ngaliphi icala na?”


Kepha uJesu ekwazi lokho wamuka lapho. Bamlandela abaningi, wabaphulukisa bonke.


Ngakho sitshele, uthini wena? Kuvunyelwe ukuthela kuKesari noma qha?”


Ngitshengiseni imali yokuthela,” bamtshengisa udenariyu.*


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite