Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 “Yaphendula yathi: ‘Angithandi;’ kodwa ngasemuva yaguquka, yaya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 “Kepha yaphendula yathi: ‘Angithandi,’ kodwa kamuva yaguqula umqondo wayo, yaya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Wasephendula wathi: Kangithandi; kodwa waphenduka wahamba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Wasephendula wathi: Kangithandi; kodwa waphenduka wahamba.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:29
19 Referans Kwoze  

Babenjalo abanye kini, kepha senahlanzwa, senangcweliswa, senalungisiswa ngegama leNkosi uJesu Kristu nangoMoya kaNkulunkulu wethu.


kodwa ngamemezela kuqala kwabaseDamaseku nakwabaseJerusalema, nakulo lonke izwe laseJudiya nakwabezizwe ukuba baphenduke, baguqukele kuNkulunkulu, benze imisebenzi efanele ukuphenduka.


“Yiyiphi kulawa amabili eyenza intando kayise na?” Bathi kuye: “Eyokuqala.” UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Abathelisi nezifebe bangena phambi kwenu embusweni kaNkulunkulu.


“Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemezele kulo isimemezelo esikhulu engasikhuluma kuwe.”


“Izwi olikhulume kithi egameni likaJehova asiyikulilalela.


Wathi kuye: “Angiyikuhamba; kepha ngiyakusuka, ngiye ezweni lakithi nasezihlotsheni zami.”


“Kepha nithini na? Umuntu wayenamadodana amabili; waya kweyokuqala, wathi: ‘Mntanami, hamba, uyosebenza namuhla esivinini.’


“Wayeseya kwenye, washo kanjalo. Yona yaphendula yathi: ‘Ngiyaya, nkosi;’ kepha kayiyanga.


UMose wamtshela u-Aroni onke amazwi kaJehova amthume nawo, nezibonakaliso zonke amyale ngazo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite